{"id":7681,"date":"2025-12-04T12:50:33","date_gmt":"2025-12-04T12:50:33","guid":{"rendered":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/product\/hlomula-ngolimi-lwesizulu-grade-12-learners-book-caps\/"},"modified":"2025-12-10T04:04:38","modified_gmt":"2025-12-10T04:04:38","slug":"hlomula-ngolimi-lwesizulu-grade-12-learners-book-caps","status":"publish","type":"product","link":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/product\/hlomula-ngolimi-lwesizulu-grade-12-learners-book-caps\/","title":{"rendered":"Hlomula Ngolimi LwesiZulu Grade 12 Learner’s Book (CAPS)"},"content":{"rendered":"

Incwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 iwuhlelo olunzulu lokufunda ulimi lwasekhaya olugcine noma oluhlangabezane nayo yonke imigomo yoMhlahlandlela woHlelo lokuFunda nokuHlola lukaZwelonke ukuze kuthuthukiswe ngempumelelo abafundi abangabasebenzisi bolimi abakuleli banga. Le ncwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 ithuthukisa amakhono okulalela, okukhuluma, okufunda, okubhala nawokusebenzisa ulimi ngendlela edidiyele. Abafundi bazoyithola beyithakasela futhi ibaheha kakhulu. Incwadi yomFundi inalokhu okulandelayo: \u00e2\u0080\u00a2 izahluko ezahlukene eziyizingqikithi ezibheka izimo ezahlukene zempilo; \u00e2\u0080\u00a2 amayunithi ahlelwe ngokwezingqikithi athuthukisa ngendlela ekhulayo amakhono anhlobonhlobo abafundi; \u00e2\u0080\u00a2 izinhlobo ezahlukene zemibhalo yokufunda ehlelwe ngaphansi kwezingqikithi ezahlukene; \u00e2\u0080\u00a2 imisebenzi eyahlukahlukene evumela umfundi asebenze yedwa, bengababili nangamaqenjana; \u00e2\u0080\u00a2 ingosi equkethe ulwazi nenika izincazelo ngesihlokwana kulelo nalelo khono, \u00e2\u0080\u00a2 ihlele amathuba okusebenzisa ulimi ukuze umfundi aqokelele ulwazi ngokulikhuluma nokulifunda; \u00e2\u0080\u00a2 inengosi yokufunda ukulibhala ngendlela ehlumelelisa ukuzethemba nokuzigqaja ngalo. Igcizelela ukulandelwa kwemigomo yokubhala nokusetshenziswa kolimi Incwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 iyinsizakufunda nokufundisa eyisidingo kubafundi abaphokophelele ukuphumelela esikoleni nasempilweni jikelele. Yembulela umfundi ulwazi ngempilo yakudala, ngobuciko bokukhuluma obunjengemilolozelo, izibongo, izihayo nokunye. Kulula ukuyilandela njengoba ihlelwe ngokwamasonto anqunyelwe ukuba kufundwe ngawo. Inika izibonelo zemibuzo yokuvivinywa ikakhulu eyokuphela konyaka. Lokhu kuzosiza umfundi lapho esezilolongela ukuhlolwa.<\/p>\n","protected":false},"excerpt":{"rendered":"

Incwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 iwuhlelo olunzulu lokufunda ulimi lwasekhaya olugcine noma oluhlangabezane nayo yonke imigomo yoMhlahlandlela woHlelo lokuFunda nokuHlola lukaZwelonke ukuze kuthuthukiswe ngempumelelo abafundi abangabasebenzisi bolimi abakuleli banga. Le ncwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 ithuthukisa amakhono okulalela, okukhuluma, okufunda, okubhala nawokusebenzisa ulimi ngendlela edidiyele. Abafundi bazoyithola beyithakasela futhi ibaheha kakhulu. Incwadi yomFundi […]<\/p>\n","protected":false},"featured_media":0,"template":"","meta":[],"product_brand":[],"product_cat":[22,19],"product_tag":[],"class_list":{"0":"post-7681","1":"product","2":"type-product","3":"status-publish","5":"product_cat-education-reference","6":"product_cat-school","7":"pa_contributors-st-yeni","8":"pa_contributors-tc-mazibuko","9":"pa_contributors-ttc-mazibuko-st-yeni","10":"pa_copyright-vivlia-publishers","11":"pa_language-isizulu","12":"pa_publisher-vivlia-publishers","14":"first","15":"instock","16":"virtual","17":"sold-individually","18":"taxable","19":"purchasable","20":"product-type-simple"},"aioseo_notices":[],"_links":{"self":[{"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/product\/7681","targetHints":{"allow":["GET"]}}],"collection":[{"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/product"}],"about":[{"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/types\/product"}],"wp:attachment":[{"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/media?parent=7681"}],"wp:term":[{"taxonomy":"product_brand","embeddable":true,"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/product_brand?post=7681"},{"taxonomy":"product_cat","embeddable":true,"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/product_cat?post=7681"},{"taxonomy":"product_tag","embeddable":true,"href":"https:\/\/bookbuddy.snapplify.ai\/za\/wp-json\/wp\/v2\/product_tag?post=7681"}],"curies":[{"name":"wp","href":"https:\/\/api.w.org\/{rel}","templated":true}]}}