U-Paddy No-Lilly

R 40,00

Description

U-Paddy no-Lilly bahlala e-Kummage Manor noMnu. noNkk. Finch. U-Paddy ungunojwaja ogangile. U-Lilly yisikhukhukazi esiyisilima nesiyivila, nakuba evame ukuzalela amaqanda anezikhupha ezimbili, okuyiyonanto emenza athandwe nguNkk. Finch. Le ndaba emnandi yalaba ababili – u-Paddy no-Lilly – izohlekisa izingane ezincane nezindala futhi izigcine zithokozile lapho zifunda le ncwadi yezindaba enemifanekiso emihle.

Additional information

Authors Martha Nyahwedegwe
Language isiZulu
Publisher Verity Publishers
ISBN 9781928348412e