Ngiyadela ngobuntu! – Digital Edition

R 100,00

Description

Ngiyadela ngobuntu! is written in the language isiZulu. Ngale ncwadi umbhali uzama ukuthi aveze ngosiba, akushoyo ngezinto azibona zenzeka esikhathini esiphila kuso. Engani phela usuku nosuku kuvela noma kwenzeka izinto esiziqabukayo nokunzima ukuthi ezinye sizamukele kalula. Le ncwadi izama ukufaka ngaphakathi kithi umuthi, uzifozonke, ozolwa nazo zonke izifo zokwenza kanye nokucabanga okubi okuphila ebantwini. Asibunakile phela lo bubi ngoba sebaphila isikhathi eside bukithi kanti futhi sekwajwayeleka njengento eyamukelekile. Iqiniso lithi uma ngabe ucwasa nganoma yisiphi isizathu, kuyacaca ukuthi uyathinteka kunoma yikuphi okunye ukucwasa. Le ncwadi izosiza ekutheni sifundise abantu abahlukumeza amalungelo abanye abantu ukuthi bakuyeke lokhu kwenza kwabo.

Additional information

Authors Mabuyiseni Fana Mdlalose
Language isiZulu
Publisher Cambridge University Press South Africa
ISBN 9781139876490