UFudu Ohlakaniphile

R 40,00

Description

Edolobhaneni elincane eNtshonalanga Afrika, ufudu oludala oluhlakaniphile okuthiwa uKofi lwaziwa ngokuhlakanipha nomusa walo. UKwame uthola uphaphe oluhle phansi futhi ufuna ukulugcina, kodwa uyazi ukuthi lungokwenkosi yendawo. UKofi ube esexoxa naye ngendaba ngokubaluleka kokwethembeka. Ingabe uKwame uzowalalela amazwi kaKofi ahlakaniphile futhi enze isinqumo esifanele?

Additional information

Authors Zibuyile Mkhize
Language isiZulu
Publisher Verity Publishers
ISBN 9780994665430e