USizwe: Umlawuli Oyinhloko Wenkampani

R 40,00

Description

Umuntu ngamunye unendawo okufanele ayifeze emhlabeni. Lapho kwase kubonakala sengathi sekuphelile ngoSizwe, wakufakazela ukuthi ukuzimisela, ukuziqoqa nomzamo kuyizakhi ezibalulekile empumelelweni. Ukuze izingane zethu zikhulise izici ezinjalo, kudingeka sibe yizibonelo ezinhle kuzo. Yijabuleleni le ndaba emnandi, elandiswa ngombono omusha ngu-Diamond Adebowale, yokushukumisa izingane nokuzisiza ukuba zifinyelele ukuphila okuyimpumelelo ezikufisayo.

Additional information

Authors Diamond Adebowale
Language isiZulu
Publisher Verity Publishers
ISBN 9781928348566e